Isibuyekezo se-SPRINGBOK Casino

Ulwazi Ngekhasino:

Isofthiwe:RTG slots

Izinhlobo Zemali: BTC, ZAR

Usizo: Ingxoxo ebukhoma, I-imeyili, Ucingo

Ibhonasi Lokukwamukela:R350 Ama-No Deposit Bonus Amahhala

R11, 500 Ibhonasi Lokukwamukela

Abalandeli bama khasino abafuna okuthile okuhlukile kwase Ningizimu Afrika kuphela abadingi ukubheka ngaphandle kwe-Springbok Khasino. Ukusuka kwiphawu kuphela – okubonisa inyamazane ye-Impala yomibala ehlaza neye golide igxuma emoyeni ngokuziqhenya — ungasho ukuthi iyikhasino eziqhenya kakhulu ngokuthi ibese Ningizimu Afrika

Ekubeni i khasino yaku-intanethi yase Ningizimu Afrika akuyona ukuphela kwento eyenza iSpringbok khasino ifaneleke ukuthi uyizame. Ngokuya lapho amakhasino aku-intanethi esiya khona, futhi kuyipulatifomu eqinile. Ngobubanzi obukhulu bemidlalo evela kwabanye abathuthukisi abahamba phambili kuleli bhizinisi, Springbok Khasino inokunikela okuningi. Faka kulokhu ibhonasi yokuyamukelwa ephanayo ngomusa, ukwesekwa kwamakhasimende nobanzi wamaphromoshini amanye, Springbok Khasino kuyinto elula ukuyikhetha kubo bonke abalandeli bekhasino abasha nabadala.

Amakhodi Wamabhonasi Akwamukelwa Ku-Springbok Khasino 2021

Enye yezinto ezinhle kakhulu zokubhalisela ipulatifomu entsha ngumabhonasi okwamukelwa ongawasebenzisa. Noma zingahle zibonakale zingabalulekanga, zingakufanelekela imali eningi uma udlala amakhadi wakho kahle. Ngalesi sizathu, kubalulekile ukunaka ngokucophelela amabhonasi akwamukelwa lawo nguphanwa ngawo. kukhokonke, leli bhonasi lokwamukelwa, elihlinzekwa ngabakwa-Springbok Khasino kubadlali abasha libiza isamba esiyi zinkulungwane eziyishumi nanye namakhulu amahlanu, (R11500.00) okuzoqongelwa kumadiphozithi amathathu owabekele ekuqaleni.

Ibhonasi yeDiphozithi Yokuqala

Ngemuva kokubhalisa, idiphozithi yakho yokuqala izofaniswa nge-100% epulatifomu, ngemali efinyelela ku- inkulungwane namakhulu amahlanu Ukuyicelela, bhekisa engxenyeni yebhonasi yewebhusayithi futhi usebenzise ikhodi ethi ‘SPRINGBOK100’.

Ibhonasi yeDiphozithi yesibili

Ngemuva kokuba idiphozithi yakho yokuqala idlule, idiphozithi lakho elilandelayo kupulatifomu,  lizokunikeza ibhonasi yomdlalo engu-50% yediphozithi yakho efinyelela kwi-zinkulungwane ezinhlanu (5000) Sebenzisa ikhodi yebhonasi ethi ‘SPRINGBOK50’ ukuyicelela bese izosetshenziswa ku-akhawunti yakho.

Ibhonasi yeDiphozithi Yobuthathu

Eyokugcina  idiphozithi eyokwamukelwa kuzokunikeza ibhonasi yomdlalo engu-50% yediphozithi yakho efinyenyela ku-R5000. Sebenzisa ikhodi ethi ‘SPRINGBOK50’ ukuyisebenzisa ku-akhawunti yakho.

AmazingaAmabhonasi Akwamukelwa
Izinga lokuqala: 100% kufinyelela kwi-nkulungwane namakhulu amahlahu (1500) sebenzisa ikhodi ethi ‘SPRINGBOK100’
Izinga lesibili: 50% kufinyelela kwi- nkulungwane ezinhlanu (5000)sebenzisa ikhodi ethi ‘SPRINGBOK50’
Izinga lesibili: 50% kufinyelela kwi nkulungwane ezinhlanu sebenzisa ikhodi ethi ‘SPRINGBOK50’

Amakhodi Wamabhonasi Wase-Springbok Khasino Ngaphandle Kwadiphozithi 2020

Ukuvumela abadlali ukuthi bazame ipulatifomu, Springbok Khasino inikeza ibhonasi ngaphandle kwediphozithi. Ukukukhuthaza ukuba ubhalise, Springbok Khasino inikezela abasebenzisi abasha ibhonasi ka-R300, mahhala ngokuphelele, ngaphandle kwemfanelo ukusebenzisa kuwebhusayithi. Ungasebenzisa lokhu ukuzama imidlalo ehlukahlukene nama-jackpots ikhasino iphana ngawo . Ukuze ucelele ibhonasi yengaphandle kwadiphozithi, sebenzisa ikhodi yekhuphoni ethi ‘DLALA NGE 300’.

Amanye Amaphromoshini Akhethekile Anikelwa Ngu-Springbok Khasino

Ukuze uhlale unentshisakelo kupulatifomu, Springbok Khasino nayo inezinhlelo eziningi zamaphromoshini ezingenamkhawulo namabhonasi asendaweni okugcina ukuthi ubuye. Lezi zingasetshenziswa ngemuva kokuthi amabhonasi akho akwamukelwa aphelelwe yisikhathi, ngakho-ke indlela enhle yokuthola imali eyengeziwe.

Amaphromoshini AkhethekileIncazelo
300% Bhonasi: Sebenzisa ikhodi yekhuphoni ethi 'SPRINGBOK300' ukuthola ibhonasi yomdlalo engu-300% yokulinganisa imali yakho - kunoma iyiphi idiphozithi eyenziwe epulatifomu. Iya esigabeni se-cashier bese uhlenga le khodi ukuze usebenzise umnikelo.
25% Imali emuva: Uma uthintana nokwesekwa kwamakhasimende, ungacela ibhonasi yokubuyisa imali emuva engu-25% ngesidingo sokudlala se-x10 kufaka umkhawulo wokukhokha ongaphezulu. Ayikho ikhodi yesaphulelo edingekayo.
100% Ibhonasi ye-Lucky 7: Kubadlali abangama-amashumi ayisikhombisa nesikhombisa (77)bokuqala abayicelelayo lokho, bangathola ibhonasi eyimali yokubuyela emuva engu-100% ifike emakhulwini ayisikhombisa namashumi ayisikhombisa nesikhombisa
i-Comp Namaphuzu Wokwethembeka: Springbok Khasino inohlelo lwamaphuzu athembekile alungele ngokuphelele, olukuvumela ukuthi uqongelele amaphuzu wamabhonasi kupulatifomu. Lokhu kungathengiselwa ukusebenziswa njengekhredithi yekhasino, ekuvumela ukuthi uthole imali ethe xaxa.

Ungangena Kanjani Futhi Ubhalise Ku–springbok Khasino Ngeselula Okanye Nekhompyutha

Uma uthatha isinqumo sokuzama Springbok Khasino, nakanjani kufanele ungene ku-akhawunti yakho ukuze udlale. Uma une-akhawunti ekhona, vele ungene ngemvume njengokujwayelekile ngokuchofoza inkinobho ethi  ‘ngena ngemvume’ ekhasini le ‘khasilasekhaya’ yewebusayithi. Uma usuchofoze lokhu, vele ufake igama lomsebenzisi elandelwa yiphasiwedi bese uqhofoza ‘ungene’ ngemvume njengokujwayelekile. Lokhu kuzokusa ekhasini lakho le ‘khasilasekhaya’ le-akhawunti, futhi ukusuka lapha ungabheka ibhalansi yakho, ukuhoxise noma ukufaka imali kupulatifomu, bese ukhetha umdlalo ozowudlala.

Uma kufanele wenze i-akhawunti, izinyathelo zokubhalisa i-akhawunti ziqondile okufanele zilandelwe. Ukwakha i-akhawunti, funa  inkinobho ethi bhalisela bese ulandela imiyalo ekwisikrini uma usikhuthaziwe.

  • Chofoza inkinobho yokungena ekhasini le khasilasekhaya
  • Landela ukuvela kwesikrini ukufaka igama lakho, ikheli, ikheli le-imeyili, igama lomsebenzisi, iphasiwedi, bese uqhofoza ‘submit’.
  • Kufanele ufake ikheli lakho nemininingwane yokuhlala bese uthumela lokhu.
  • Ngemva kwalokho uzothunyelwa i-imeyili yokuqinisekisa ekhelini lakho le-imeyili, elizoba nesixhumanisi sokuqinisekisa i-akhawunti yakho. Chofoza lokhu futhi i-akhawunti yakho izokwakhiwa ngokuphelele futhi iqinisekiswe.

Izinhlobonhlobo Ezinhle zama-Slot

Ngaphandle kokudlala imishini yama-slot esheshayo, zama enye yemidlalo eningi yetafuleni leyo Springbok Khasino iphana ngayo. Noma ngabe ukhetha Blackjack, baccarat, poker, noma pontoon, kunokuthile okufanela zonke izintandokazi.

Eminye Imidlalo Enikelwe

Uma ufuna ushintsho kusuka emidlalweni ejwayelekile yasekhasino, kungani ungazami eminye yemidlalo eminingi enikelwayo. Lokhu kufaka imidlalo efana neCraps, Treasure Tree, Keno neBanana Jones.

Ikhasino Yeselula Ye-Springbok Casino: Springbok Casino Liqhathaniswa Kanjani Kuselula?

Ipulatifomu le-Springbok Khasino lenzelwe ngokuphelele amadivayisi eselula ngaphandle kwesidingo sohlelo lokusebenza ngokuzimela. Iwebhusayithi isiza ngokuzenzela kunoma isiphi isiphequluli esisebenziswa yidivayisi yakho, esithola isidingo sokulanda uhlelo lwesithathu. Iwebhusayithi yeselula iyashesha, iyaphendula, futhi akubonakali sengathi yehla ngekhwalithi ngokuqhathaniswa nenguquko ephelele yewebhusayithi.

i-Lobby yabakwa-Springbok Khasino ivulwa ngemizuzwana nje futhi igcwele zonke izinto eziyizintandokazi yakho. Finyelela noma isiphi isici se-akhawunti osifunayo ngokusisebenzisa imenyu eyehlayo.

Ngingakwazi Yini Ukudownloada Springbok Khasino Ocingweni Lwami?

Springbok Khasino ingasetshenziswa ku-iOS, Android, nakuWindows Mobile. Uma ufuna inguquko efakwe ngokuphelele, kuyatholakala kuphela kumadivayisi we-Android.

Ukulanda uhlelo lwe-Android, vele ungene esitolweni seku-Google Play  bese ucinge uhlelo lwe-Springbok Khasino. Sifake njengokuyalezwa, ngena ngemvume ku-akhawunti yakho, bese uqala ukudlala.

Izindlela Zokuhoxisa Ezamukelekile E-Springbok Casino

Indlela YasebhangeIndlela YasebhangeIjubane lokuhoxisa
Visa/MasterCard Cha X
EasyEFT Cha X
Bitcoin Yebo 48-72 amahora
Wire Transfer Yebo kufinyelela 20 amasuku
Skrill Yebo 48-72 amahora
Neteller Yebo 48-72 amahora
EcoPayz Yebo 48-72 amahora
Secure Instant Deposit Yebo 48-72 amahora

Izindlela Zokudiphozitha Ezamukelekile E-Springbok Casino

Indlela YasebhangeIdiphozithi
Visa/MasterCard Yebo
EasyEFT Yebo
Bitcoin Yebo
Wire Transfer Yebo
Skrill Yebo
Neteller Yebo
EcoPayz Yebo
Secure Instant Deposit Yebo

Ulwazi Oluvamile Lwase-Springbok Khasino

Ulwazi Oluvamile lwaKhasinoUkusekelwa Kwamakhasimende waseKhasino
Kusungulwe: 2012 Inombolo yamahhala yaseSA: 0800 983 080
Iqhutshwa ngu: Riviera Rewards I-imeyili: [email protected]
Kunelayisensiwe ngu: Dutch Caribbean Ingxoxo Esheshayo: Yebo
Inguqulo yokuDownloada: Yebo Ukusekelwa 24/7/365: Yebo
Inguqulo engaDownloadiwa: Yebo Iwebhusayithi: Chofoza lapha ukuze uvakashele isayithi

Izinzuzo Nobunzima Be-Springbok Khasino

Uma ungumuntu waseMzansi Afrika oziqhenyayo futhi kwenzeka ukuthi uthanda imidlalo yekhasino, azikho izinketho eziningi ezingcono kune-Springbok Casino. Ikakhulu, sithanda uhla lwezinketho zokuhoxisa nokudiphozitha ezitholakalayo zabadlali, futhi kuhle ukubona ukusekelwa kweBitcoin kuhlanganiswe kusuka phansi kuya phezulu.

Ngobunzima, akukho samba esikhulu sokugxeka, kodwa eminye  imidlalo enikelwe kuzizwe kunqunyelwe. Ngaphezu kwalokho, yize sasithanda ubuhle bomsuka obuphefumlelwe kwase NingizimuAfrika, iphalethi lemibala lalizwakala lithokomala ngezikhathi ezithile futhi ukubukeka kwendawo kungakwenza kancane ngokuvuselelwa.

YINI EYENZA I SPRINGBOK KHASINO SIBE UKHETHO OLUTHANDWA NGABADLALI BASE NINGIZIMU AFRIKA?

Ngobuhle obuhlukile njengA lobu base-Springbok Khasino, kulula ukubona ukuthi kungani ithandwa kakhulu kanje ngabadlali  base Ningizimu Afrika. Nazi ezimbalwa zezinto ezinhle kakhulu mayelana ne-Springbok Khasino:

  • Ubuhle bomakho wase Ningizimu Afrika
  • Ukuxhaswa kweRandi lase Ningizimu Afrika kuza njengokujwayelekile
  • Ukhetho lokusekelwa kwamakhasimende ngeAfrikaans
  • Ukusekelwa kwamakhasimende kwe-24/7 ngocingo, i-imeyili, noma ingxoxo bukhoma
  • Ukukhetha okuqinile kwemidlalo kusuka kubathuthukisi begeyimu abahamba phambili
  • Ukuhlanganiswa kwe-sikhwamat se-Bitcoin

 

IZIKHALAZO MAYELANA SPRINGBOK CASINO EMZANSI AFRIKA

  • Izikhathi zokuhoxisa zingashesha kancane
  • Kungaba kuhle ukubona ezinye izinketho zomthengisi bukhoma zitholakala
  • Ukuqanjwa kwewebhusayithi kuyinto edangele kancane futhi ephuzayo ngezinye izikhathi

Imibuzo

Ngabe Springbok Khasino isemthethweni yini e Ningizimu Afrika

Yebo, Springbok Khasino ibhekelela imakethe yaseMzansi Afrika, okusho ukuthi kuphephile ukuthi lepulatifomu isemthethweni ngokuphelele ukuyisebenzisa eMzansi Afrika.

Ngiyikhipha kanjani imali e-Springbok Khasino?

Izindlela ezahlukahlukene zokuhoxa ziyatholakala e-Springbok Khasino. Lokhu kufaka ukudluliselwa kwebhange okujwayelekile, izinsizakalo zokukhokha nge-e-payment, futhi nje bitcoin. Akunandaba noma ngabe yikuphi okuthandayo, uqinisekile ukuthi uzoba nokhetho olusheshayo futhi olusebenzakahle ngendlela ongayifinyelela

Yini Springbok Khasino?

Springbok Khasino yinxenye yamakhasino aku-inthanethi ahamba phambili abhekelela ngqo imakethe yase Ningizimu Afrika, nohlu lwemidlalo yasekhasino, imidlalo yamakhadi, nemidlalo yomshini we-slot onikezwayo.

Ubani ongumnikazi we-Springbok Khasino?

Springbok Khasino iphethwe yiRiviera Reward.

Ingabe Springbok Khasino inezici zokubheja kwezemidlalo?

Springbok Casino okwamanje ayinikezeli abasebenzisi indawo yokubheja kwezemidlalo.