Isibuyekezo se-Mega Casino
Ulwazi Ngekhasino:
Isofthiwe:NetEnt, Microgaming, Play n GO, SkillOnNet
Izinhlobo Zemali:
Usizo: 24/7 customer support through email, 24/7 Live Chat, Complaints Section
Ibhonasi Lokukwamukela:100% up to R500 Match Bonus Welcome Bonus
I-Mega Casino ingelinye lamakhasino aku-inthanethi amasha emakethe. Nakuba isungulwe ngo-2013, iseyintsha uma iqhathaniswa namanye amagama aziwayo. Nokho, inesipiliyoni esanele ukuthi inikeze abadlali isevisi esezingeni eliphezulu. Miningi imidlalo ehlukehlukene, evela kubanye abahlinzeki abaziwayo embonini futhi abadlali bayakwazi ukuthola amaphromoshini lapho abagathola khona amabhonasi angeziwe.
Futhi abadlali bayakwazi ukuthintana nosizo lwamakhasimende lwe-24/7. Bayakwazi ukuxhumana nge-imeyili kuphela ngoba asikho isici sokuxoxa bukhoma. Lokhu kuyinto engeyinhle ngoba ukuxoxa bukhoma kunikeza ukuxazulula kwenkinga okusheshayo. Ingabe i-Mega Casino ihlinzeka lokho abadlali abakudingayo? Bheka ukubukeza kwethu ukufunda.
AMAKHODI EBHONASI YEDIPHOZITHI ENGEKHO E-MEGA
Awekho amakhodi atholakala kubadlali ukuze bathole ibhonasi yediphozithi engekho e-Mega Casino ngoba i-Mega Casino ayinikezi abadlali ithuba lokuthola ibhonasi yediphozithi engekho okwamanje. Nakuba kunjalo kuwusizo ukuhlola ikhasi lamaphromoshini njalo ukuze ubne ushintsho esikhathini esizayo.
AMANYE AMAPHROMOSHINI AKHETHEKILE ANIKEZWA I-MEGA CASINO
Mayelana namaphromoshini atholakala kubadlali e-Mega Casino, wonke afakwa ndawonye ekilabhu ye-VIP. Yilapho i-Mega Casino enikeza khona imiklomelo kubadlali. Ababdlali abadlala izikhathi eziningi bazokhulisa amaphoyinti abo, ukuze bathole ithuba lokuzuza eminye imiklomelo. Nasi isibonelo salokho okunikezwa yi-Mega Casino kubadlali bayo be-VIP:
Amaphromoshini Akhethekile | Incazelo |
---|---|
VIP cashback | Lapha abadlali bathola amathuba amaphromoshini okubuiselwa kwekheshi uma bebheja izinto ezithile |
VIP level up bonus | Uma abadlali beya kwelinye izinga Elisha lekilabhu ye-VIP, kukhokhelwa amabhonasi |
VIP promotions | Kunamaphromoshini akhehekile atholaka kubadlali abangama-VIP |
VIP bonuses | Ekilabhini ye-VIP club, i-Mega Casino inikeza abadlali amabhonasi akhethekile |
VIP manager | Kunikezwa umphathi we-akhawunti yakho ye-VIP uma abadlali befika kukilabhu ye-VIP |
INDELA YOKUNGENA NGEMVUME NOKUBHALISA KU-INTHANETHI E-MEGA CASINO
Kulula ukungena ngemvume e-Mega Casino. Kudingeka nje ukuthi umdlali athole inkinobho yokungena ngemvume etholakala ekhoneni eliphezulu kwesokudla kwesikrini. Ngemuva kokuchofoza le nkinobho, uzobona isikrini esisha lapho ungafaka khona imininingwane yakho yokungena ngemvume. Ngemuva kokwenza lokhu, ungacinga imidlalo ekhona ubone ukuthi i-Mega Casino inikeza ini.
Futhi kulula ukubhalisa e-Mega Casino. Inkinobho yokubhalisa iseceleni kwenkinobho yokungena ngemvume, futhi isobala. Uma uyichofoza, uzohanjiswa kusikrini sokubhalisa. Lokho kuzokunikeza ithuba lokubhalisa nokuthi uqale ukudlala nge-Mega Casino.
Izinhlobonhlobo Zemishini Yokugembula
Abadlali bangakhetha izinhlobo eziningi zemishini yokugembula e-Mega Casino. Ngokusebezisa i-Microgaming, i-NetEnt, i-Play’n Go nokunye okuningi, kusho kuthi onjiniyela bamasofthiwe abaphakeme bahlinzeke imidlalo. Kusho ukuthi miningi imidlalo etholakala kubadlali ngakho-ke kubanikeza imishiniyokugembula eminingi abangayikhetha ku-inthanethi.
Abadlali bayakwazi ukudlala imidlalo emihle kakhulu nedumile e-Mega Casino. Lokhu kubandakanya:
I-Mustang Gold, i-Dynamite Riches and Finn ne-Swirly Spin.
Futhi kutholakala imishini yokuwina isizumbulu semali, njenge-Major Millions, esanda kukhokhela imali eningi.
Imidlalo Yakho Yetafula Ejwayelekile
Uma ungumlandeli wemidlalo yetafula, i-Mega Casino inikeze imidlalo emihle kubadlali. Inesigaba esiqondene ne-blackjack kanye ne-roulette. Lapha abadlali bangathola izinhlobonhlobo ezehlukene zale midlalo. Futhi miningi imidlalo enabadayisi ababukhoma, kubandakanya imidlalo enikezwa u-NetEnt, u-Pragmatic Play kanye no-Evolution Gaming. Ngenye yezindawo ongathola khona imidlalo eminingi enabadayisi ababukhoma futhi inikeza abadlali imidlalo eminingi.
Eminye Imidlalo Ekhona
Miningi imidlalo ye-Poker yevidiyo. Lapha abadlali bangajabulela amagama ahlukene emidlalo ye-poker yevidiyo, futhi wonke anemithetho eyehlukene nokukhokhela okungafani. I-Joker Poker, i-Jacks noma i-Better and Deuces Wild ngamanye amagama adumile atholakala kulesi sigaba.
I-MEGA CASINO IQHATHANISEKA KANJANI KUSELULA?
I-Mega Casino inewebhusayithi elihle kakhulu elisebenza kuselula. Liyashesha ukuvula futhi lakhelwe ukuze lisebenze kahle kumadivayisi eselula. Lokho kuqinisekisa ukuthi alihlushwa yikwehla kwejubane nokuthi libukeka linganwebekile kumaskrini amancane. Ukuzula kusalula ngoba kune-menyu. Uhlu lwemihlalo lusekhona endaweni efanayo, okusho ukuthi akusonkinga ukuthola imidlalo.
Bobabili abadlali be-Android nabe-Apple bangavula iwebhusayithi ye-Mega Casino. Lokhu kuqinisekisa ukuthi iningi labantu liyakwazi ukudlala nokujabulela okutholakala e-Mega Casino. Iningi lemidlalo liyatholakala kusiphequluli seselula yakho, okusho ukuthi akufanele abadlali bakhathazeke ngokungadlali imidlalo abayifunayo uma behamba.
NGINGAKWAZI UKUDAWUNILODA I-MEGA CASINO ESELULENI YAMI?
i-Mega Casino yayinikeza abadlali uhlobo abangaludawuniloda, kodwa yasuswa eminyakeni yamuva.
IZINDLELA EZIVUNYELWE ZOKUKHIPHA IMALI E-MEGA CASINO
Indlela Yokubhenka | Ukukhipha Imali | Ijubane Lokukhipha Imali |
---|---|---|
Visa/Mastercard | Yebo | Izinsuku zokusebenza ezingu 3 |
PaySafeCard | Yebo | Lapho uyikhipha |
Trustly | Yebo | Lapho uyikhipha |
Skrill | Yebo | Lapho uyikhipha |
Neteller | Yebo | Lapho uyikhipha |
ecoPayz | Yebo | Lapho uyikhipha |
IZINDLELA EZIVUNYELWE ZOKUDIPHOZITHA IMALI E-MEGA CASINO
Indlela Yokubhenka | Idiphozithi |
---|---|
Visa/Mastercard | Yebo |
PaySafeCard | Yebo |
Trustly | Yebo |
Skrill | Yebo |
Neteller | Yebo |
ecoPayz | Yebo |
INKAMPANE YE-MEGA CASINO NEMINININGWANE YOKUXHUMANA
IMINININGWANE EJWAYELEKILE | USIZO LWAMAKHASIMENDE |
---|---|
Isungulwe: 2013 | Inombolo Yocingo Yamahhala yase-SA: Ayikho |
Umphathi ngu: SkillOnNet | I-Imeyili: [email protected] |
Ilayisense ngeyase: Malta | Usizo lwe-24/7/365: Yebo |
Ulobo Ongakwazi Ukuludawuniloda: Yebo | Iwebhusayithiebsite: Chofoza lapha ukuvakashela isayithi |
UBUHLE NOBUBI BE-MEGA CASINO
OKUHLE
- Sihle isigaba sabadayi ababukhoma
- Imidlalo ihlinzekwa ngonjiniyela abaphezulu emakethe
- Irandi liyasebenza
- Iwebhusaythi leselula lihlelwe kahle
- ZIningi izindlela ezinhle zokubhenka
Mega Casino South Africa Complaints
- Alukho usizo lwengxoxo ebukhoma
- Izidingo zokubheja ukuze ukhiphe imali ziyabiza
Imibuzo Evame Ukubuzwa
Ingabe i-Mega Casino isemthethweni eNingizimu Afrika?
I-Mega Casino inelaysense esemthethweni yase-Malta Gaming Authority. Lokhu kusho ukuthi isemthethweni ngokuphelele ukuthi abadlali baseNingizimu Afrika bayisebenzise.
Ngiyikhipha kanjani imali ku-Mega Casino?
Mane ungene ngemvume ku-akhawunti yakho, vula iphrofayela yakho bese ukhetha indlela yokukhipha imali ufuna ukuyisebenza. Lincane inani lokuqala ukukhipha imali e-Mega Casino, okunikeza abadlali abangabheji imali eningi ithuba lokukhipha imali nokwenza inzunzo.
Yini i-Mega Casino?
I-Mega Casino yikhasino ye-inthanethi enikeza abadlali imidlalo eminingi abangayikhetha , ibhonasi lokukwamukela newebhusayithi elula kakhulu ukusebenzisa. Inhloso yayo ukunikeza abadlali isipiliyoni esihle kakhulu sekhasino ye-inthatnethi.
Ubani umnikazi we-Mega Casino?
I-Mega Casino ngeka-PrimeGaming Casinos futhi iphethwe yibona.
Ingabe i-Mega Casino inezici zokubheja ezemidlalo?
Azikho izici zokubheja ezemidlalo ezitholakala kubadlali e-Mega Casino
Ingabe i-Mega Casino inikela ngohlelo lwabantu ababaluleke kakhulu (VIP)?
Kunohlelo lwe-VIP olutholakala e-Mega Casino. Luvumela ukuthi abadlali bathole ithuba lokuthola amaphromoshini namabhonasi ayengeziwe. Ulwazi oluningi mayelana nokuthi ikilabhu ye-VIP inikeza abadlali ini luyatholaka ekasini le-VIP kuwebhusayith ye-Mega Casino.
Ziyini izidingo zokubheja e-Mega Casino ukuze ukhiphe imali?
Izidingo zokubheja ukuze ukhiphe imali e-Mega Casino ziyabiza kakhulu. Kumele ukuthi abadlali badlale ibhonasi abalitholayo izikhathi ezingu-60 ngaphambi kokuthi bathole ithuba lokukhipha imali abayiwinile. Izidingo zokubheja zinganeliseka ngokudlala imishini yokugembula yevidiyo futhi, ngakho-ke abadlali bemidlalo yetafula abakwazi ukusebenzela izidingo zokubheja ngemidlalo yetafula.
Casino Name | | | | |
---|---|---|---|---|
Rating | Read Review | Read Review | Read Review | |
Bonus | 100% up to R500 Match Bonus Welcome Bonus 100% up to R500 Match Bonus Welcome Bonus | Kuze kufike ku R15,000 + Idiphozithi engadingi ibhonasi | R500 Ama-No Deposit Bonus Amahhala + R11, 500 Ibhonasi Lokukwamukela | R400 Ama-No Deposit Bonus R400 Ama-No Deposit Bonus |
Coupon | No Bonus Code Available | FM350 | No Bonus Code Available | No Bonus Code Available |
Payment Methods | | | | |
Currencies | ZAR USD GBP CAD SEK | ZAR | ZAR BTC | ZAR EUR GBP |