Isibuyekezo se-Apollo Slots Casino

Ulwazi Ngekhasino:

Isofthiwe:Realtime Gaming

Izinhlobo Zemali: ZAR

Usizo: 24/7, 24/7 customer support through email, 24/7 Live Chat, Complaints Section

Ibhonasi Lokukwamukela:R9,999 Ibhonasi Lokukwamukela

R300 Ama-No Deposit Bonus Amahhala
Sebenzisa ikhodi:

I-Apollo Slots Casino intsha uma uyiqhathanisa neningi lamakhasino e-inthanethi akumakethe.

Isungulwe ngo-2016, ngakho-ke le khasino ayinaso isipiliyoni njengamanye amagama adumile. Kepha, lokho akusho ukuthi ayikho ezingeni elifanayo. Isisebenze kanzima ukuzakhela idumela elihle futhi abantu abaningi abanazo izinkinga ne-Apollo Slots. Isebenzisa isofthiwe yokuqoqa imidlalo i-Real Time Gaming futhi inikeza abadlali amaphromoshini amahle.

Abadlali bangakwazi ukusebenzisa isici sengxoxo ebukhoma amahora angu-24 ngosuku, izinsuku eziyikhombisa ngesonto. Lokho kuqinisisekisa ukuthi uma kunanoma yiziphi izinkinga, abadlali bangazixazulula ngokushesha. Lokhu kuyinto enhle eyenza i-Apollo Slots ithandwe ngabadlali. Sesibhekisise i-Apollo Slots ukubona ukuthi yini eyinikeza abadlali. Qhubeka ufunda ukuze ufunde okwengeziwe.

AMABHONASI OKUKWAMUKELA KA-2020 E-APOLLO SLOTS CASINO

Amabhonasi Okukwamukela Incazelo
Ikhodi Yebhonasi: APL100 Abadlali bathola U-100% webhonasi elinganayo lize lifike ku-R2,999
Ikhodi Yebhonasi: APL80 Abadlali bathola U-80% webhonasi elinganayo lize lifike ku-R4,000
Ikhodi Yebhonasi: APL60 Abadlali bathola U-60% webhonasi elinganayo lize lifike ku-R3,000

AMAKHODI EBHONASI YEDIPHOZITHI ENGEKHO E-APOLLO SLOTS CASINO

Okwamanje kunebhonasi yediphozithi engekho e-Apollo Slots. Kudingeka nje ukuthi abadlali bafake ikhodi elithi APL200F ngesikhathi bebhalisa bese bethola ibhonasi ka-R200 e-akhawuntini yabo.

AMANYE AMAPHROMOSHINI AKHETHEKILE ANIKEZWA YI-APOLLO SLOTS CASINO

I-Apollo Slots Casino izama ukuqala isonto ngendlela enhle kubadlali bayo. Inikeza iphromoshini entsha ngoMsombuluko nangoLwesibili ukuze abadlali bayo bathole eminye imiklomelo. Ngaphezulu kwalawa maphromoshini amabili, kunekilabhu lokwethembeka lapho abadlali abangazuza khona amaphoyinti ebhonasi abangawashinstha bathole eminye imiklomelo. Nasi isifingqo samaphromoshini amabili e-Apollo Slots owathola ekuqaleni kwesonto ngalinye :

Amaphromoshi Akhethekile Incazelo
Apollo Monday Special Uthola ibhonasi elinganayo ka-80%, 70% no-60% kumadiphozithi amathathu okuqala ngoMsombuluko uma usebenzisa amkhodi ebhonasi
Apollo Tuesday Special Uthola ibhonasi elinganayo ka-70%, 60% no-50% kumadiphozithi amathathu okuqala ngoLwesibili uma usebenzisa amkhodi ebhonasi

INDELA YOKUNGENA NGEMVUME NOKUBHALISA KU-INTHANETHI E-APOLLO SLOTS CASINO

Ukungena ngemvume kulula kakhulu e-Apollo Slots Casino. Kunesigaba ekhoneni eliphezulu kwesokudla kuwebhusayithi lapho abadlali abangafaka khona igama kanye nephasiwedi. Kudingeka ukuthi ufake imininingwane yakho kulesi sigaba bese ungena futhi uzobe usukulungele ukudlala. Kungenye yendlela yokungena ngemvume elula kakhula futhi kukwenza kube lula kakhulu ukuqala ukucinga imidlalo ethandwa kakhulu.

Ukubhalisa nakho kulula kakhulu, kodwa ilinki lifihlwe kancane kunakwamanye amakhasino e-inthanethi. Ngaphansi kwesigaba sokungena ngemvume kunelinki elithi vula i-akhawunti. Ukulichofoza kuzokusa ekhasini lemininingwane lapho uzofaka khona imininingwane yakho. Akunzima ukulithola nganoma iyiphi indlela, kodwa alibonakali kalula njengakwamanye amakhasino e-inthanethi. Ngemuva kokuchofoza i-linki kuyinqubo elula ukuyiphothula.

IMIDLALO YEKHASINO ONGAYIDLALA KU-INTHANETHI E-APOLLO SLOTS CASINO

Izinhlobonhlobo Zemishini Yokugembula

I-Apollo Slots Casino isebenzisa i-Real Time Gaming njengohlelo lokuqoqa imidlalo ukuhlinzeka ngemidlalo yayo, ngakho-ke kunemidlalo eminingi ongayithola. I-Real Time Gaming yazelwa ukudala imishini yokugembula enelayisense ngakho-ke uzobona izihlabani ozaziyo noma amafilimu adumile kanye nezinhlelo ze-TV emagameni emishini yokugembula. Kunguhlu oluhle olunikeza abadlali imidlalo eminingi eyamukelekayo.

Amanye amagama emidlalo atholakala lapha abandakanya, i-Richie Valens’ La Bamba kanye ne-Eternal Love. Kukhona neminye imidlalo enesizumbulu semali esikhula njalo ongayiwina njenge- Megasaurs kanye ne-Aztec’s Millions.

Imidlalo Yakho Yetafula Ejwayelekile

Uhlu lwemidlalo yetafula ongayikhetha aluthembisi kangako. Kutholakala imidlalo yetafula engu-12 kuphela futhi ayikho imidlalo enomdayisi obukhoma kuloluhlu. Kuyadumaza impela, kodwa ngegama elingu-Apollo Slots Casino, akumangazi ukuthi ligxile esigabeni semishini yokugembula yevidiyo kusayithi.

Eminye Imidlalo Ekhona

Isigaba se-poker yevidiyo siyasindisa izinto kancane e-Apollo Slots Casino. Kukhona uhlu oluhle lwemidlalo etholakala lapha, kubandakanya izinhlobo ezingu-16 ze-poker yevidiyo ezehlukile. I-Jacks or Better kanye ne-Loose Deuces ngamagama athandwayo kakhulu kulesi sigaba.

I-APOLLO SLOTS CASINO IQHATHANISEKA KANJANI KUSELULA?

lsayithi yeselula luhlobo oluguqulwe kahle. Luhlelwe kahle kakhulu. Luqinisekisa ukuthi isikhatthi sokuvula asiningi futhi isayithi alibukeki lifinyezekile noma linwebekile kumaskrini amancane. Kulula ukuthola indlela yakho ku-webhusayithi ngoba inemeniyu elula ukuyiqonda futhi iyashesha ukusebenza. Sekukonke, yiwebhusayithi enhle yeselula.

Okuhlaba umqhwele wukuthi i-Apollo Slots iyatholakala kuwo wonke amasofthiwe eselula. Kusho ukuthi abadlali abane-Android, i-Apple, i-Windows Mobile, kanye ne-Blackberry bangakwazi ukufinyelela isayithi kuziphequluli zamaselula abo. Lokho kuqinisekisa ukuthi noma ubani angajabulela i- Apollo Slots. Miningi imidlalo ongayikhetha; zimbalwa izizathu ezingenhle zokudlala ngeselula kunokudlala ngekhompyutha.

NGINGAKWAZI UKUDAWUNILODA I-APOLLO SLOTS CASINO ESELULENI YAMI?

I-Apollo Slots inalo uhlobo lwesayithi ongaludawuniloda. Vele uchofoze ilinki eliphezulu kwekhasi, bese uyakwazi ukufaka isofthiwe esiza ukuthi iwebhusayithi lisebenze ngokushehsa.

IZINDLELA EZIVUNYELWE ZOKUKHIPHA IMALI E-APOLLO SLOTS CASINO

Indlela Yokubhenka Kuyatholakala Kubadlali base-SA? Kuyatholakala Kubadlali base-SA?
Bank transfer Yebo Izinsuku zokusebenza ezingu-3–10
Visa/Mastercard Yebo Izinsuku zokusebenza ezingu-3–10
SID Yebo Lapho uyikhipha
Skrill Yebo Lapho uyikhipha
Neteller Yebo Lapho uyikhipha
ecoPayz Yebo Lapho uyikhipha

IZINDLELA EZIVUNYELWE ZOKUDIPHOZITHA IMALI E-APOLLO SLOTS CASINO

Indlela Yokubhenka Kuyatholakala Kubadlali base-SA?
Visa/Mastercard Yebo
SID Yebo
Skrill Yebo
Neteller Yebo
ecoPayz Yebo

INKAMPANE YE-APOLLO SLOTS CASINO NEMINININGWANE YOKUXHUMANA

IMINININGWANE EJWAYELEKILE USIZO LWAMAKHASIMENDE
Isungulwe: 2016 Inombolo Yocingo Yamahhala yase-SA: Ayikho
Umphathi ngu: Paxson Marketing Ltd I-imeyili : [email protected]
Ilayisense ngeyase: Kahnawake Ingxoxo esheshayo: Yebo
Uhlobo Ongaludawuniloda: Yebo Usizo lwe-24/7/365: Yebo
Ulobo Ongakwazi Ukuludawuniloda: Yebo Iwebhusayithi: Chofoza lapha ukuvakashela isayithi.

UBUHLE NOBUBI BE-APOLLO SLOTS CASINO

OKUHLE

• Ivumela abadlali badlale ngerandi
• Kunohlu oluhle lwemidlalo ongayikhetha
• Ziningi izidlela zokubhenka
• Usizo lwamakhasimende oluhle kakhulu

OKUBI

• Izidingo zokubheja ukuze ukhipe imali ziyabiza
• Awukho umdlalo onabadayisi ababukhoma

Imibuzo Evame Ukubuzwa

Imibuzo Evame Ukubuzwa

I-Apollo Slots Casino iqondiswa yi-Kahnawake, ngakho-ke inelayisense futhi kusemthethweni ukuyidlala.

Ngiyikhipha kanjani imali ku-Apollo Slots Casino?

Ngemuva kokungena ngemvume ku-akhawunti yakho ye-Apollo Slots, yiya ekhasini le-akhawunti. Lapha uzobona ibhalansi ye-akhawunti yakho nenani ongalikhipha. Khetha indlela oyithandayo yokukhipha imali futhi ungahlela isikhathi sokukhipha imali.

Yini i-Apollo Slots Casino?

I-Apollo Slots yikhasino ye-inthanethi ezama ukunikeza abadlali isipiliyoni esihle kakhulu sokudlala imishini yokugembula ku-inthanethi. Ihlanganisa imidlalo emihle ongayikhetha kanye namaphromoshini amahle
ukuze abadlali babe nesikhathi esihle.

Ubani umnikazi we-Apollo Slots Casino?

I-Apollo Slots Casino ngeka-Paxson Marketing Ltd futhi iphethwe yibona.

Ingabe i-Apollo Slots Casino inezici zokubheja ezemidlalo?

Azikho izici zokubheja ezemidlalo ezitholakala kubadlali e-Apollo Slots Casino

Ingabe i-Apollo Slots Casino inikela ngohlelo lwabantu ababaluleke kakhulu (VIP)?

Kunohlelo lokwethembeka e-Apollo Slots Casino. Lwehluke kancane kuhlelo lwe-VIP ngoba alusebenzisi amazinga ahlukene ukuze abadlali bathole imiklomelo ehambelana nezinga. Lusebenza ngokunikeza abadlali amaphoyinti atusayo uma bedlala imidlalo, bese bekwazi ukushintshanisa lawo maphoyinti atusayo nokheshi.

Ziyini izidingo zokubheja e-Mega Casino ukuze ukhiphe imali?

I-Apollo Slots Casino inezidingo eziphakeme zokubheja ukuze ukhiphe imali. Lapha kufanele ukuthi abadlali badlale idiphozithi kanye nebhonasi izikhathi ezingu-30 ngaphambili kokuthi bakwazi ukukhipha imali. Ngakho-ke idiphozithi ka-R100 nebhonasi ka-R100 izodinga ukuthi udlale R200 x 30 ukuze wanelise izidingo zokubheja
ukuze ukhiphe imai.

Casino Name Apollo Slots Casino Visit Casino ZAR Casino Visit Casino Springbok Casino Visit Casino SilverSands Casino Visit Casino
Rating Read Review Read Review Read Review
Bonus R9,999 Ibhonasi Lokukwamukela + R300 Ama-No Deposit Bonus Amahhala Kuze kufike ku R15,000 + Idiphozithi engadingi ibhonasi R500 Ama-No Deposit Bonus Amahhala + R11, 500 Ibhonasi Lokukwamukela R400 Ama-No Deposit Bonus R400 Ama-No Deposit Bonus
Coupon Playcasino FM350 No Bonus Code Available No Bonus Code Available
Payment Methods
Currencies ZAR ZAR ZAR BTC ZAR EUR GBP
left-arrow right-arrow